Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyokuqala KaSamuweli

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • U-Elkana nabafazi bakhe (1-8)

    • UHana oyinyumba uthandazela ukuthola indodana (9-18)

    • USamuweli uyazalwa, unikelwa kuJehova (19-28)

  • 2

    • Umthandazo kaHana (1-11)

    • Izono zamadodana amabili ka-Eli (12-26)

    • UJehova wahlulela umndeni ka-Eli (27-36)

  • 3

    • USamuweli umiswa ukuba abe umprofethi (1-21)

  • 4

    • AmaFilisti athatha uMphongolo (1-11)

    • U-Eli namadodana akhe bayafa (12-22)

  • 5

    • UMphongolo usezweni lamaFilisti (1-12)

      • UDagoni uyahlaziswa (1-5)

      • AmaFilisti ayahlushwa (6-12)

  • 6

    • AmaFilisti abuyisela uMphongolo kwa-Israyeli (1-21)

  • 7

    • UMphongolo useKiriyati-jeyarimi (1)

    • USamuweli uyanxusa: ‘Khonzani uJehova yedwa’ (2-6)

    • U-Israyeli uyanqoba eMispa (7-14)

    • USamuweli wahlulela u-⁠Israyeli (15-17)

  • 8

    • U-Israyeli ufuna ukuba nenkosi (1-9)

    • USamuweli uxwayisa isizwe (10-18)

    • UJehova uyavuma ukubanikeza inkosi (19-22)

  • 9

    • USamuweli uhlangana noSawule (1-27)

  • 10

    • USawule uyagcotshwa ukuba abe yinkosi (1-16)

    • USawule wethulwa kubantu (17-27)

  • 11

    • USawule unqoba ama-Amoni (1-11)

    • Ubukhosi bukaSawule buyaqiniswa (12-15)

  • 12

    • Amazwi kaSamuweli okuvalelisa (1-25)

      • ‘Ningalandeli izinto eziyize’ (21)

      • UJehova ngeke abashiye abantu bakhe (22)

  • 13

    • USawule ukhetha ibutho lempi (1-4)

    • USawule uyagabadela (5-9)

    • USamuweli usola uSawule (10-14)

    • U-Israyeli akanazo izikhali (15-23)

  • 14

    • Ubuqhawe bukaJonathani eMikimashi (1-14)

    • UNkulunkulu uyazixosha izitha zama-Israyeli (15-23)

    • USawule ufunga engacabangisisanga (24-46)

      • Abantu badla inyama enegazi (32-34)

    • Izimpi zikaSawule; umndeni wakhe (47-52)

  • 15

    • USawule akalaleli usindisa u-⁠Agagi (1-9)

    • USamuweli usola uSawule (10-23)

      • “Ukulalela kungcono kunomhlatshelo” (22)

    • USawule uyalahlwa ukuba angabe esaba inkosi (24-29)

    • USamuweli ubulala u-⁠Agagi (30-35)

  • 16

    • USamuweli ugcoba uDavide njengenkosi elandelayo (1-13)

      • “UJehova ubona okusenhliziyweni” (7)

    • Umoya kaNkulunkulu uyasuswa kuSawule (14-17)

    • UDavide udlalela uSawule ihabhu (18-23)

  • 17

    • UDavide unqoba uGoliyati (1-58)

      • UGoliyati uklolodela u-⁠Israyeli (8-10)

      • UDavide wamukela inselele (32-37)

      • UDavide ulwa ngegama likaJehova (45-47)

  • 18

    • Ubungani bukaDavide noJonathani (1-4)

    • Ukunqoba kukaDavide kwenza uSawule abe nomona (5-9)

    • USawule uzama ukubulala uDavide (10-19)

    • UDavide ushada nendodakazi kaSawule, uMikhali (20-30)

  • 19

    • USawule uyaqhubeka ezonda uDavide (1-13)

    • UDavide uyaphunyuka kuSawule (14-24)

  • 20

    • Ukuba qotho kukaJonathani kuDavide (1-42)

  • 21

    • UDavide udla isinkwa sokubukwa eNobi (1-9)

    • UDavide uzenza uhlanya eGati (10-15)

  • 22

    • UDavide use-Adulamu naseMispe (1-5)

    • USawule uyala ukuba kubulawe abapristi baseNobi (6-19)

    • U-Abhiyathara uyaphunyuka (20-23)

  • 23

    • UDavide usindisa idolobha laseKheyila (1-12)

    • USawule ujaha uDavide (13-15)

    • UJonathani uqinisa uDavide (16-18)

    • UDavide usinda ngokulambisa kuSawule (19-29)

  • 24

    • UDavide usindisa ukuphila kukaSawule (1-22)

      • UDavide uyamhlonipha ogcotshiwe kaJehova (6)

  • 25

    • USamuweli uyafa (1)

    • UNabali wenqaba ukusiza amadoda kaDavide (2-13)

    • U-Abhigayili wenza ngokuhlakanipha (14-35)

      • “UJehova uNkulunkulu wakho uyokuvikela” (29)

    • UJehova ubulala uNabali ongenangqondo (36-38)

    • U-Abhigayili uba yinkosikazi kaDavide (39-44)

  • 26

    • UDavide uyaphinda usindisa uSawule (1-25)

      • UDavide uyamhlonipha ogcotshiwe kaJehova (11)

  • 27

    • AmaFilisti anika uDavide iZikilagi (1-12)

  • 28

    • USawule uya kosebenzelana nemimoya e-⁠Eni-dori (1-25)

  • 29

    • AmaFilisti awamthembi uDavide (1-11)

  • 30

    • Ama-Amaleki ahlasela futhi ashisa iZikilagi (1-6)

      • UDavide uthola amandla kuNkulunkulu (6)

    • UDavide unqoba ama-Amaleki (7-31)

      • UDavide ubuyisa izithunjwa (18, 19)

      • Umthetho kaDavide ngokuphathelene nempango (23, 24)

  • 31

    • Ukufa kukaSawule namadodana akhe amathathu (1-13)