Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Levitikusi

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Umnikelo oshiswayo (1-17)

  • 2

    • Umnikelo wokudla okusanhlamvu (1-16)

  • 3

    • Umnikelo ohlanganyelwayo (1-17)

      • Ningawadli amanoni noma igazi (17)

  • 4

    • Umnikelo wesono (1-35)

  • 5

    • Izono ezithile neminikelo edingekayo (1-6)

      • Ukubika izono zabanye (1)

    • Eminye iminikelo enganikelwa abahluphekayo (7-13)

    • Umnikelo wecala wezono ezingahlosiwe (14-19)

  • 6

    • Okwengeziwe ngomnikelo wecala (1-7)

    • Iziyalezo ngeminikelo (8-30)

      • Umnikelo oshiswayo (8-13)

      • Umnikelo wokudla okusanhlamvu (14-23)

      • Umnikelo wesono (24-30)

  • 7

    • Iziyalezo ngeminikelo (1-21)

      • Umnikelo wecala (1-10)

      • Umnikelo ohlanganyelwayo (11-21)

    • Ukudla amanoni noma igazi kwenqatshelwe (22-27)

    • Umnikelo wabapristi (28-36)

    • Isiphetho ngeminikelo (37, 38)

  • 8

    • Ukumiswa kwabapristi bozalo luka-Aroni (1-36)

  • 9

    • U-Aroni wenza iminikelo (1-24)

  • 10

    • Umlilo ovela kuJehova ubulala uNadabi no-Abhihu (1-7)

    • Iziqondiso zabapristi ezimayelana nokudla nokuphuza (8-20)

  • 11

    • Izilwane ezihlanzekile nezingcolile (1-47)

  • 12

    • Ukuhlanzwa ngemva kokuzala ingane (1-8)

  • 13

    • Iziqondiso ezimayelana nochoko (1-46)

    • Uchoko ezingutsheni (47-59)

  • 14

    • Ukuhlanzwa ochokweni (1-32)

    • Ukuhlanzwa kwezindlu ezinochoko (33-57)

  • 15

    • Ukungcola okuphuma ezithweni zangasese (1-33)

  • 16

    • USuku Lwesihlawulelo (1-34)

  • 17

    • Itabernakele, indawo yemihlatshelo (1-9)

    • Ukudla igazi kwenqatshelwe (10-14)

    • Iziqondiso ngezilwane ezitholakale zifile (15, 16)

  • 18

    • Ukuya ocansini okungemthetho (1-30)

      • Ningabalingisi abaseKhanani (3)

      • Ukulala nezihlobo (6-18)

      • Phakathi nokuya esikhathini (19)

      • Izenzo zobutabane 22)

      • Ukulala nesilwane (23)

      • ‘Ningazingcolisi, kungenjalo izwe lizonihlanza’ (24-30)

  • 19

    • Imithetho ehlukahlukene ngobungcwele (1-37)

      • Indlela efanele yokuvuna (9, 10)

      • Ukucabangela abayizithulu nabayizimpumputhe (14)

      • Ukunyundela (16)

      • Ungalibambi igqubu (18)

      • Ukwenza imilingo nokusebenzelana nabanemimoya kwenqatshelwe (26, 31)

      • Ukudweba umzimba kwenqatshelwe (28)

      • Ukuhlonipha abantu abadala (32)

      • Indlela yokuphatha izifiki (33, 34)

  • 20

    • Ukukhonza uMoleki; ukusebenzelana nabanemimoya (1-6)

    • Yibani ngcwele, nihloniphe abazali (7-9)

    • Ukubulawa kwabenza izono zocansi (10-21)

    • Yibani ngcwele ukuze nihlale ezweni (22-26)

    • Abanemimoya kumele babulawe (27)

  • 21

    • Abapristi kumele babe ngcwele bangazingcolisi (1-9)

    • Umpristi ophakeme akufanele azingcolise (10-15)

    • Abapristi akufanele babe nezici emzimbeni (16-24)

  • 22

    • Ukuhlanzeka kwabapristi nokudliwa kwezinto ezingcwele (1-16)

    • Kwamukelwa iminikelo ephile kahle kuphela (17-33)

  • 23

    • Izinsuku ezingcwele nemikhosi (1-44)

      • ISabatha (3)

      • IPhasika (4, 5)

      • UMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo (6-8)

      • Ukunikela ngezithelo zokuqala (9-14)

      • UMkhosi Wamasonto (15-21)

      • Indlela efanele yokuvuna (22)

      • UMkhosi Wokukhala Kwecilongo (23-25)

      • USuku Lwesihlawulelo (26-32)

      • UMkhosi Wamadokodo (33-43)

  • 24

    • Amafutha ezibani zetabernakele (1-4)

    • Olofu bezinkwa zokubukwa (5-9)

    • Ohlambalaza igama likaNkulunkulu ushaywa ngamatshe (10-23)

  • 25

    • Unyaka weSabatha (1-7)

    • Unyaka weJubili (8-22)

    • Ukubuyiswa kwezwe (23-34)

    • Indlela yokuphatha ompofu (35-38)

    • Imithetho ephathelene nobugqila (39-55)

  • 26

    • Dedani ekukhonzeni izithixo (1, 2)

    • Izibusiso zokulalela (3-13)

    • Isijeziso sokungalaleli (14-46)

  • 27

    • Ukuhlengwa kwezinto ezifungelwe (1-27)

    • Izinto ezinikelwe kuJehova ngaphandle kombandela (28, 29)

    • Ukubuyisa okweshumi (30-34)