Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Imizwa Yakho

Imizwa Yakho

Ingxenye 7

Imizwa Yakho

Kulokhu okulandelayo, yikuphi okukuchaza kahle?

□ Ngiyehluleka ukuzibamba lapho ngithukuthele.

□ Ngiyisehluleki uqobo lwaso —akukho engikwenza kahle.

□ Ngihlale ngidabukile. Ayikho into engijabulisayo ekuphileni.

□ Ngicabanga ngabobulili obuhlukile ngaso sonke isikhathi.

□ Ngezinye izikhathi ngikhangwa abantu bobulili obufana nobami.

Uma kukhona kulokhu okungenhla okukhethile, ungapheli amandla! Izahluko 26-29 zizokusiza ufunde ukulawula imizwa yakho ukuze kungabi iyona ekulawulayo.

[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 216, 217]]