Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IMikhuba Emibi

IMikhuba Emibi

Yimiphi imikhuba emibi amaKristu okufanele ayigweme?

Inkulumo elimazayo

Mat 5:22; 1Ko 6:9, 10; Efe 4:31

Bheka nale miBhalo Eks 22:28; Shu 10:20; Jud 8

Ukwamukela isifumbathiso noma ukufumbathisa

Eks 23:8; Hu 26:9, 10; IzA 17:23

Bheka nale miBhalo Dut 10:17; 16:19; Hu 15:1, 5

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 1Sa 8:1-5—Amadodana omprofethi uSamuweli awasilingisi isibonelo esihle sikayise kunalokho amukela isifumbathiso futhi enza izinqumo ezingenabulungisa

    • Neh 6:10-13—UShemaya uqashwa abaphikisi ukuba aprofethe amanga ukuze asabise uMbusi uNehemiya nokuba aphazamise umsebenzi kaJehova

Ukuqhosha

Bheka nesithi “UkuQhosha

Ukuziphatha kabi okuhambisana nendelelo; ukungcola; ubufebe; ukuphinga

Bheka nesithi “UkuziPhatha Kabi Ngokocansi

Ukuncintisana; imibango

Shu 4:4; Gal 5:26

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Mar 9:33-37; 10:35-45—Ngokuphindaphindiwe, uJesu ukhuza abaphostoli bakhe ngokuthanda kwabo ukulwela izikhundla

    • 3Jo 9, 10—UDiyotrefe uthanda ukuba “nendawo ephambili” kubafowabo

Ukubangela ukuhlukana; amahlelo

Ukudakwa; ukuphuza ngokweqile

IzA 20:1; 23:20, 29-35; 1Ko 5:11; 6:9, 10

Bheka nale miBhalo Efe 5:18; 1Ti 3:8; Tit 2:3; 1Pe 4:3

Bheka nesithi “UTshwala

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 9:20-25—UNowa uyadakwa, okwenza uHamu nendodana yakhe uKhanani ukuba benze isono esikhulu

    • Dan 5:1-6, 30—Lapho idakwe yiwayini, iNkosi uBhelishazari ithuka uJehova, okulethela yona nombuso wayo inhlekelele

Ukuqola abanye

Hu 62:10; 1Ko 5:10, 11; 6:9, 10

Bheka nale miBhalo IzA 1:19; 15:27

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Jer 22:11-17—UJehova wahlulela iNkosi uShalumi (uJehowahazi) ngenxa yokuqola abanye nangenxa yezinye izono ezinkulu

    • Luk 19:2, 8—UZakewu, umqoqi wentela omkhulu, uyaphenduka ezenzweni zakhe zokuqola futhi uthembisa ukuthi uzobabuyisela labo abaqolile

    • IzE 24:26, 27—Umphostoli uPawulu akamfumbathisi uMbusi uFeliksi njengoba ebethembile

Ukuthopha

Job 32:21, 22; Hu 5:9; 12:2, 3; IzA 26:24-28; 29:5

Bheka nale miBhalo IzA 28:23; 1Th 2:3-6

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Luk 18:18, 19—UJesu akavumi ukubizwa ngesiqu esimphakamisayo

    • IzE 12:21-23—INkosi uHerode Agripha iyachazeka lapho abantu beyibiza ngonkulunkulu; iyabulawa ngenxa yesono sayo

Ukuminza

Inhlebo elimazayo; ukuba ugaxekile ezindabeni zabantu

Ukukhonza Izithombe

Bheka nesithi “UkuKhonza Izithombe

Ukuqamba amanga; ukungazigcini izivumelwano

Bheka nesithi “UkuQamba Amanga

Ukuqamba amanga; ukunyundela

Bheka nesithi “UkuQamba Amanga

Ukusebenzisa kabi igazi

Gen 9:4; Dut 12:16, 23; IzE 15:28, 29

Bheka nale miBhalo Lev 3:17; 7:26

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • 1Sa 14:32-34—Ama-Israyeli ayona kuJehova ngokudla inyama engophiswanga

Ukubulala

Eks 20:13; Mat 15:19; 1Pe 4:15

Bheka nale miBhalo Mat 5:21, 22; Mar 7:21

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 4:4-16—Naphezu kokuba uJehova emluleka ngothando, uKhayini ubulala umfowabo olungile u-Abela

    • 1Kh 21:1-26; 2Kh 9:26—Ngenxa yobugovu, iNkosi embi u-Ahabi neNdlovukazi uJezebeli bahlela ukubulawa kukaNabhoti namadodana akhe

Ukububula

1Ko 10:10; Flp 2:14; Jud 16

Bheka nalo mBhalo Num 11:1

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Num 14:1-11, 26-30—Ama-Israyeli abubula ngoMose no-Aroni kodwa kuJehova kufana nokuthi babubula ngaye

    • Joh 6:41-69—AmaJuda abubula ngoJesu futhi abanye babalandeli bakhe bayeka ukumlandela

Inkulumo ewubuwula noma amahlaya angcolile

Efe 5:4; Kol 3:8

Bheka nalo mBhalo Efe 4:29, 31

Izincwadi, Omagazini, Amavidiyo Enzelwe Ukuvusa Imizwa Yocansi

Ukuxabana

Bheka nesithi “UkuXabana

Ukuhleka Usulu

IzA 19:29; 24:9

Bheka nale miBhalo IzA 17:5; 22:10; 2Pe 3:3, 4

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Kr 36:15-21—Abantu bakaNkulunkulu bajeziswa kanzima ngokuhleka usulu izithunywa zakhe nabaprofethi bakhe

    • Job 12:4; 17:2; 21:3; 34:7—Ngesikhathi ebhekene novivinyo olunzima, uJobe olungile uhlekwa usulu

Ukweba

Bheka nesithi “UkwEba

Izingxabano; ubudlova

Hu 11:5; IzA 3:31; 29:22

Bheka nale miBhalo 1Ti 3:2, 3; Tit 1:7

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Eks 21:22-27—UMthetho KaMose uthi umuntu olimaza omunye noma ambulale kufanele ajeziswe

Ukusongela

Efe 6:9; 1Pe 2:23

Bheka nale miBhalo Hu 10:4, 7; 73:3, 8

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • IzE 4:15-21—ISanhedrini isongela abafundi bakaJesu ukuze bayeke ukushumayela

Imicimbi exokozelayo

Rom 13:13; Gal 5:19, 21; 1Pe 4:3

Bheka nale miBhalo IzA 20:1; 1Ko 10:31

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • Dan 5:1-4, 30—INkosi uBhelishazari iphuza kakhulu iwayini ‘edilini layo elikhulu’ bese idelela uJehova okuholela ekufeni kwayo