UkweSaba
Ukwesaba okukhwantabalisayo; uvalo
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
Eks 32:1-4, 21-24—U-Aroni unqotshwa ukwesaba abantu lapho bemcindezela ukuba abenzele isithombe sethole legolide
Mar 14:50, 66-72—Abaphostoli balahla uJesu futhi bayabaleka ngenxa yokuthi besaba abantu, kamuva uPetru uphika uKristu
ImiBhalo eduduzayo:
Bheka nalo mBhalo IsA 2:10
ImiBhalo eduduzayo:
2Kr 20:1-17, 22-24—INkosi uJehoshafati nabo bonke abantu bakaNkulunkulu bangenwa amanzi emadolweni ngenxa yezitha ezinamandla kodwa uJehova uyabakhuthaza futhi uyazisindisa izinceku zaKhe
Luk 12:4-12—UJesu ufundisa abalandeli bakhe ukuthi kungani kungafanele besabe abantu noma bakhathazwe ukuthi bazothini lapho izikhulu zibahloma ngemibuzo ngoba uJehova uzobasiza