Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGXENYE 5 • IZENZO 15:1-35

“Abaphostoli Namadoda Amadala Bahlangana”

“Abaphostoli Namadoda Amadala Bahlangana”

IZENZO 15:6

Kwaphakama impikiswano eshubile eyasongela ukuthula nobunye bamabandla. Amabandla abhekaphi ukuze athole isiqondiso nesiyalo ekuxazululeni leyo mpikiswano? Kule ngxenye, sizoqonda indlela ibandla lekhulu lokuqala elalihlelwe ngayo, okubekela abantu bakaNkulunkulu namuhla isibonelo.