Izinqumo
1. Ngikwangqingetshe.
Angazi ngiyephi bo.
Imizwa
Iyang’busa.
Nganqotshwa uthando.
2. Ng’yalwa kunzim’
Ukwenz’ okuhle.
Ang’fun’ uk’buswa yimizwa.
Kuhle uk’qondiswa uJah.
3. Kunzim’ ukuphuma.
Imizw’ iyang’belesela
Ifuna ngenze okubi,
Kodw’ uJah ungakimi.
(CHORUS)
Uthi: “Yazi ng’yak’thanda. Angifuni ngawe.
Ngethembe kukho konke.
Ncika kimi ng’zok’siza.”
4. Mas’qaphe izinqumo zethu.
Zisho indlela yok’phila.
Zisuka nje, silwa nemizwa bo,
Kusemandleni ethu.
Mas’qaphe impilo yethu.
5. Mang’bhek’ emuva,
Ukuqondiswa uJehova
Bekunzima, nemizwa ila,
UJehova wangisiza.