Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ngeke S’hlehle

Ngeke S’hlehle

Dawuniloda:

  1. 1. Selokhu ngezwa iqiniso

    NgoMdali wethu nangomhlab’ omusha,

    Uthando ngoJah bel’lokhu l’khula.

    Kodwa izwe l’funa ng’hlehl’ okholweni.

    (PRE-CHORUS)

    Ohh Ngeke ngihlehle.

    Ohh Ng’fun’ ukwenz’ okuhle.

    (CHORUS)

    Ngizokwakh’ ukholo ukuze ng’qine.

    Ngeke ngihlehlel’ emuva.

    Ngizoqondiswa iZwi likaJah.

    Anginakunyakaziswa.

    Ngizokwakh’ ukholo; ngeke ng’hlehle.

  2. 2. Ulakhe kuph’ ukholo lwakho?

    Es’hlabathini nom’ edwaleni?

    Lezwe elibi lihlale lithi

    Leli zwe l’yohlala kube phakade.

    (PRE-CHORUS)

    Ohh thina siyazi,

    Ohh Izwe liyadlula.

    (CHORUS)

    Masakhen’ ukholo ukuze s’qine.

    Ngeke sihlehlel’ emuva.

    Sizoqondiswa iZwi likaJah,

    Asinakunyakaziswa.

    Masakhen’ ukholo; ngeke s’hlehle.

    (CHORUS)

    Masakhen’ ukholo ukuze s’qine.

    Ngeke sihlehlel’ emuva.

    Sizoqondiswa iZwi likaJah,

    Asinakunyakaziswa.

    Masakhen’ ukholo; ngeke s’hlehle.

    Ngeke s’hlehle.

    Ngeke s’hlehle.