NginoMalus’ Omuhle
Dawuniloda:
1. Kulez’nsuk’ okunzim’
Ukubhekana nazo,
Ng’lalel’ uKristu
UMalus’ omuhle.
Ung’hol’ endleleni
Eya ek’phileni.
Uyang’qondisa,
Ngek’ angidukise.
(PRE-CHORUS)
Ngeke ngibalalele
Abazongiphambukisa,
Abangajabula
Mangingaphum’ endlelen’
(CHORUS)
NginoMalus’ omuhle.
Ng’ncika kuye ebunzimeni.
Ngeke ngibalalele
Abangajabula
Mang’phum’ endleleni,
Ng’zohlale ng’lalela uJesu.
2. Ngizizwa ng’londekile
Ezandleni zakhe.
Ng’nabafowethu
Abangithandayo.
Silalel’ uKristu
Onamazw’ ok’phila.
UJah us’thembisa
Ifa lomhlaba.
(PRE-CHORUS)
Ngeke ng’balalele
Abazongiphambukisa,
Abangajabula
Mangingaphum’ endlelen’
(CHORUS)
NginoMalus’ omuhle.
Ng’ncika kuye ebunzimeni.
Ngeke ngibalalele
Abangajabula
Mang’phum’ endleleni,
Ng’zohlale ng’lalela uJesu.
(CHORUS)
NginoMalus’ omuhle.
Ng’ncika kuye ebunzimeni.
Ngeke ngibalalele
Abangajabula
Mang’phum’ endleleni,
Ng’zohlale ng’lalela uJesu.
NginoMalus’ omuhle.
Ngeke neze ngay’shiya le ndlela.