Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Umndeni KaJehova

Umndeni KaJehova

Dawuniloda:

  1. 1. Kunzima uk’thola umngane—

    Ongas’ umethembe, oyohlal’ enawe.

    Beng’hlale ng’fisa ukuthol’ abangane

    Engingabezwa bewumndeni kimi.

  2. 2. Seng’batholile abangane

    Izinceku z’kaJehova ezithandanayo.

    Ngithole abant’ engibathandayo.

    Bangabangane; bawumndeni kaJehova.

    (BRIDGE)

    Senginomama nginobaba nodadewethu.

    Sinabo nabancane nabafowethu

    Bazo zonke izizwe kanye nezinhlanga.

    Siyakuthanda ukuba kulo mndeni.

  3. 3. Siyathandana; sinobunye.

    Sizizwa siziqhenya ngokuba nomndeni

    Onez’nhlanga zawo wonke umhlaba.

    Siyakuthanda ukuba kulo mndeni.

    (BRIDGE)

    Siphuma kuzo zonke izizwe zomhlaba.

    Siyathanda ukuba kulo mndeni.

  4. 4. UJah ufuna sibe abangane;

    Uthanda s’be umndeni; uyohlal’ es’thanda.

    Uzosipha uk’phila ok’phakade.

    Sonke siyoba yingxenye yalo mndeni,

    Sibe umndeni kaJehova.—

    S’ngumndeni,

    S’ngumndeni.