INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2017

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-May 29 kuya ku-July 2, 2017.

“Gcwalisa Isifungo Sakho”

Siyini isifungo? ImiBhalo ithini ngokwenza isifungo kuNkulunkulu?

Yini Ezophela Lapho Kufika UMbuso KaNkulunkulu?

IBhayibheli lithi “izwe liyadlula.” Yini ehlanganiswa kulelo “zwe”?

INDABA YOKUPHILA

Ngizimisele Ukuba Isosha LikaKristu

UDemetrius Psarras waboshelwa ukwenqaba ukuya empini. Nokho waqhubeka edumisa uNkulunkulu, ngisho nalapho ebhekene novivinyo olunzima.

“UMahluleli Womhlaba Wonke” Uhlale Enza Okulungile

Kungani kungathiwa uNkulunkulu akakubenza ukungabi nabulungisa? Kungani lokhu kubalulekile kumaKristu namuhla?

Ingabe Ubheka Ubulungisa Ngendlela UJehova Abubheka Ngayo?

Kokubili ukuthobeka nokuzimisela ukuxolela kubalulekile uma sifuna ukuba nombono kaJehova ngobulungisa. Kungani?

Kwangathi Ukuzinikela Kwakho Ngokuzithandela Kungaletha Udumo KuJehova!

UNkulunkulu uMninimandla Onke uyawazisa umzamo wezikhonzi zakho eziwenza ukuze zisekele ukufezeka kwenjongo yakhe, kungakhathaliseki ukuthi lowo mzamo ubonakala umncane kangakanani.