Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 1 2017 | Indlela Yokuzuza Ngokugcwele Lapho Ufunda IBhayibheli

UCABANGANI?

Ingabe iBhayibheli seliphelelwe yisikhathi? Noma ingabe lisabalulekile? IBhayibheli ngokwalo lithi: “Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu futhi inenzuzo.”2 Thimothewu 3:16, 17.

Le Nqabayokulinda iqokomisa izibonelo eziseBhayibhelini zokuhlakanipha okusebenzayo futhi inikeza amacebiso endlela yokuthola okwengeziwe lapho ufunda iBhayibheli.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Kufanele Ufunde IBhayibheli?

Kuzizuzise kanjani izigidi zabantu ukufunda iBhayibheli?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ngingaqala Kanjani Ukulifunda?

Amacebiso amahlanu azokwenza ukufunda iBhayibheli kube lula futhi kujabulise.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Yini Eyokwenza Ngikujabulele Ukulifunda?

Izinguqulo, ezobuchwepheshe, amathuluzi okutadisha iBhayibheli nezindlela ezihlukahlukene zokulifunda kungenza ukufunda iBhayibheli kujabulise.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

IBhayibheli Lingakuthuthukisa Kanjani Ukuphila Kwami?

Le ncwadi yasendulo inezeluleko eziwusizo.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngangingafuni Ukufa!

UYvonne Quarrie wake wazibuza, “Kungani ngiphila?” Impendulo yakushintsha ukuphila kwakhe.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Wayemjabulisile UNkulunkulu”

Uma unakekela umndeni noma uzabalaza ukuze ulwele iqiniso, ungafunda okholweni luka-Enoke.

Ingozi Yokungaliqondi Kahle IBhayibheli

Umyalezo weBhayibheli ubaluleke kakhulu ngakho kufanele siwuqonde kahle. Ungawuqonda kanjani?

Lithini IBhayibheli?

IBhayibheli aligcini ngokusitshela ukuthi ukuhlupheka kubangelwa yini kodwa lisitshela nokuthi kuyophela kanjani.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe IBhayibheli Liyaziphikisa?

Hlola lokhu okubonakala sengathi kuyaphikisana eBhayibhelini nezimiso ongazisebenzisa ukuze uthole incazelo ecacile.