PHAPHAMA! No. 3 2020 | Likhona Yini Ikhambi Lobandlululo?

Ukulwa nobandlululo kumelwe kuqale engqondweni nasenhliziyweni. Hlola izindlela ezinhlanu zokulwa nemizwa yobandlulo.

Ubandlululo​—⁠Ingabe Unalo?

Yiziphi ezinye izimpawu ezingase zibonise ukuthi sinobandlulo?

Thola Amaqiniso

Ukungawazi amaqiniso ngabantu kungasenza sibe nombono oyiphutha ngabo. Thola ukuthi isibonelo somunye owayeyisosha sikubonisa kanjani lokhu.

Bonisa Uzwela

Ukungabi nalo uzwela kungabonisa ukuthi unayiphi inkinga?

Qaphela Okuhle Kwabanye

Ukuzibona uphakeme kungenza umuntu abe nobandlululo. Liyini ikhambi?

Yakha Ubungane Nabantu Abahlukahlukene

Bona izinzuzo zokuba nabangane abahlukile kuwe.

Bonisa Uthando

Ukubonisa uthando kungaluqeda ubandlululo. Hlola izindlela izindlela ezithile eziqondile.

Ikhambi Eliyohlala Phakade

Yiziphi izinto ezine ezizokwenziwa uMbuso kaNkulunkulu ukuze uqede ubandlululo?

Balunqoba Ubandlululo

Bukela amavidiyo amathathu abonisa indlela abanye abantu abalunqoba ngayo ubandlululo.